Thursday, August 19, 2010

Ukwesaba (Fear)


Nganginikeza umfana wami inkulumo encane enemandla-wayedlala ibhola lezinyawo ntambama and ngangizama ukumkhuthaza ukuthi ayithokozele enze kangcono. Ngokushesha,wathi kumina, “Baba angikusabi ukulahlekelwa nguwena manje!”Nokho, angikwazanga noku khuluma! Ngangingasho ukuthi kumele anqobe umdlalo, Ngangizama ukuthi agxile emdlalweni. Kwasobala, wayesecabangile emqondweni wakhe ukuthi wayezowujabulela, kodwa ukuthi wayengasabi ukuhlulwa!’

Ngike ngahlatshwa phambilini ngabantu abaningana abasaba izinto ezahlukene, ukwesaba kuyefana kubantu, singcina sesilwa nokusaba okwahlukene. Pho yini oyesabayo? Uma ufuna ukusazisa, sicela uye lapha bese ulandela lokhu okuhlanganayo. Kuzokuthatha imizuzwana ewu-20.

Ngiyazi ukuthi ngike ngakubhala lokhu phambilini, kodwa kubukeka vele kufanelekile:

Amahubo 46:2 – “ngakho-ke asiyokwesaba nakuba kuguquka umhlaba, nezintaba zidilikela ekujuleni kolwandle…”

Jeremiya 39:17 – “Kodwa ngiyakukukhipha ngalolo suku, kusho uJehova; angeke unikelwe esandleni sabantu obesabayo.”

________
Living in Grace is written by Delme Linscott, a minister and author. Delme's first book was 'Living Oceans Apart’ and he has just completed his second which is called 'Now: Refuse to let the moment pass.' You can find out more on www.livingingrace.co.za