Thursday, August 26, 2010

Ubuholi Obuhle (Ideal Leadership)


Max De Pree wabhala, ”Ukuzibophezela kokuqala komholi ukucaza ngeqiniso. Okokugcina ukuthi ngiyabonga. Phakathi kokubili, Umholi kufanele abe isisebenzi kanye nomkweleti."

Johane 13:14- “uma-ke mina, Inkosi no Mfundisi, ngigeze izinyawo zenu, nani-ke nifanele ukugezana izinyawo.”

Ingabe siyakwazi ukucaza ‘ngeqiniso’ lesimo? Ingabe siyakwazi ukuthi ‘ngiyabonga’? Ingabe siyakwazi ukusiza abanye? Uma sithi’ yebo’ kwimibuzo emithathu, ngakho uMax no Jesu bangisibiza thina ngikuthi ‘sabaholi.’

Ukuphila njengo mholi kwathelelwa umusa,
Delme

________
Living in Grace is written by Delme Linscott, a minister and author. Delme's first book was 'Living Oceans Apart’ and he has just completed his second which is called 'Now: Refuse to let the moment pass.' You can find out more on www.livingingrace.co.za