Tuesday, March 23, 2010

IPoint Yokungabuyeli Emuva - Crossing our Jordan


UJulius Ceasar wawela I- Rubicon ngo 10th January 49 BC, wenza isinqumo sokudlula point yokungabuyeli emuva, ukwenza kwakhe ngokuqaphela okuhleliwe kwakukwenza impi eRome futhi umlando wawungasayo phinde ushitshe.
Into efanayo yenzeka kuma ISraelities mhla bewelela ngaphesheya komfula I-Jordan (Joshua 3) - impilo yayingasayo phinde ifane kubona futhi.

Nginesiqiniseko sokuthi bobabili u-Ceasar no Joshua babenokungabaza okwesikhashana, nokwesaba, nokungaqini. Khona manjalo bawelela ngaphesheya komfula. Uma sinokubuka izinto kabanzi ngo- 2010 sizofinyelela ezindaweni zezinqumo. Sizothatha isinqumo sokuya ngalena noma sime kwi shore ephephile.
Kungathathani kuthina ukuthatha isinqumo sokwenza into ewubungozi emfuleni? Isithembiso, ukusaba, ukuba phambili. Kunjani lokhu…..

“Qina ubenesibindi.” - Joshua 1:6.

“Angifune lungelo kumina-ngizinikele mina uqobo futhi angisalanga nalutho okungokwami” - Jonathan Edwards.
Ngiwela umfula woza ungijoyine
Ukuphila emseni.