
Ukuba sebumnyameni kunobungozi bakho. Kulimaza izinyawo zakho. Ukuhamba kuma tafulana noma ezindongeni, ukuzwa indlela yakho ukusuka ekameleni kuya ekameleni futhi uthandazela ukuthi uthole umentshisi. Lokhu kwenzeka uma umzimba osemhlabeni unamathele ebumnyameni, kodwa akuyona into efanayo nesimo uma emoyeni noma emphefumulweni sizwa ubumnyama buphela? Kuyi ndawo enobungozi.
Ngokubonga,’ Ukukhanya kanye nomunyama’ izingqikithi ezandile kuzahluko. Thatha lesi njengesibonelo:
“Ngokuba wena uyokhela isibani sami. UJehova, uNkulunkulu, uyakhanyisa ubumnyama bami.”- Amahubo 18:28
________
Living in Grace is written by Delme Linscott, a minister and author. Delme's first book was 'Living Oceans Apart’ and he has just completed his second which is called 'Now: Refuse to let the moment pass.' You can find out more on www.livingingrace.co.za