Monday, July 19, 2010

Unkulunkulu olungile (Generous God)


Kwesinye isikhathi abantu bacabanga ukuthi Unkulunkulu ubanika okuncane. Sizizwa sengathi uNkulunkulu usikweleta okuthize noma mhlawumbe ubusise abanye hayi thina. Funda lendima ubone uma izoshitsha imicabango yakho kancane…

Johane 3:34- “…uNkulunkulu akaniki umoya ngokulinganisela.”

Nalena futhi…

“Wasinikela yona yodwa futhi okuyi- Ndodana yakhe yodwa, ukuthi ilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi kepha abe nokuphila okuphakande.”-Johane 3:16

Ube nosuku olumunandi.

__________
Living in Grace is written by Delme Linscott, a minister and author. Delme's first book was 'Living Oceans Apart’ and he has just completed his second which is called 'Now: Refuse to let the moment pass.' You can find out more on www.livingingrace.co.za