Tuesday, May 25, 2010

Izinsuku Zothingolenkosazane (Rainbow Days)


UJohn Ortberg ukhuluma ‘ngezinsuku zothingolwenkosazane ethembeni lethu. Lokhu kuyizinkomba zezinsuku lapho uNkulunkulu ekhombisa ukuba khona kwakhe ezimpilweni zethu.
Uthola icebo lapho uNkulunkulu anika uNowa uthingolwenkosazane njenge sithembiso sothando lwakhe.

Genesisi 9:16 – “noma inini uma kuvela uthingolwenkosazane emafini, ngiyalibona lona ngikhumbule okungapheli phakathi kuka Nkulunkulu nazo zonke izinto eziphilayo zazo zonke izinhlobo kulomhlaba.”

Ziningi ezinye “Izinsuku zothingolwenkosazane eZahlukweni.
• Lapho uDavid enqoba uGoliyathi.
• Lapho uJoshuwa ewela iJolidane eya Ezweni lesethemiso.
• Lapho uGidiyoni nama doda ache awu-300 benqoba I-Midianites.

Iziphi ‘Izinsuku zothingolwenkosazanc owake wahlangabczana nazo empilweni yakho?
Kunini lapho wagcina khona ukuba nothingolwenkosazane?

“Abantu abahlakaniphile bafunda ukuzigcina izinsuku zothingolwenkosazane njenge siphon. Bayizibeka zona ukukhumbula izinsuku lapho uNkulunkulu”. – John Ortberg

uNkulunkulu akubusise ngosuku lothingolwenkosazane maduze.

Ukuphila emseni